amanzi - Wiktionary (original) (raw)

iconsi lamanzi

Elithi amanzi livela olimini olwandulela isintu, kwelithi *màjijì

amanzi

  1. UmXube (onesicabayo semizwayi H2O) otholakala uluketshezi kuzingakushisa nengcindezi yegumbi; utholakala ngokwemvelo njengemvula, futhi utholakala emifuleni, emachibini nasezilwandle: isinqumela sawo siyiqhwa futhi uhowo lawo liwumusi.
    • amanzi akhiwa isOhwe kanye neHwanzi
      water is made of oxygen and hydrgen
  2. Isimo esiluketshezi salesi siqa: H2O
    • ingabe amanzi ayaba manzi?
      does water get wet?
  3. Ithantala noma indikimba yamanzi; indawo eyithantala.
    • lapho amanzi ake ama khona, ayophinde ame
      where water once stood, it will stand again